Iphoyisa/ Leligama livela kusiNgisi (police) bona belithathe kusiGriki (polis) okusho umuzi. Wonke oqashwe ukuqapha impahla yezigwili kumuzi (city) esifundazweni ukuthi ingathathwa yizilambi ubizwa ngephoyisa. NgesiZulu singathi yiBhekamuzi. Lowo oqapha impahla yezinsuthane kusakhiwo ubizwa ngo-mantshingelane (march in a line) noma ugqay-inyanga ngoba kungahlwa unyezi ubhekwa nguye. Lowo oqasheshelwe ukunikela ngomzimba wakhe ukubhekana nabahlaseli esikhathini sezimpi yi-sotsha (soldier) esingathi ngumbutho wempi.
izinciphiso Zamagama esizulu
Ngabe iyiphi inhlobo yengubo yokuqgoka ebizwa isitshala Gwayi? kungani kwathi isitshala Gwayi? Ijazi elikhulu, impahla yangaphezulu ngokuqhoka enamaphakethe esindala ethandwa ngabantu besilisa abadala abavame ukuyisebenzisa uma eya ehlathini noma eyozibhekela izimbuzi noma eya emhlanganweni noma ezwela amakhazana usebenzisa yona kanti umuntu osebenzisa ugwayi wesintu noma imboza mase kuchina kusalela imvuthu kakwagiyi emaphaketheni, uma isiwashwa kuphume yonke lemvuthu enezinhlamvu zensangu emaphaketheni ichine imile kanjalo enye
Ukudla kwezilwane ngesizulu
Shakalombili should be isishiyagalombili which means two iteams before 10.
Yin uphuma langa sikothe?
Intombi enhle ekhanyayo ngebali coz zikhona ezinye ezinhle kodwa ezimnyama zonake ezimnyama kuthiwa indoni yamanzi kwazise vele indoni eseduze kakhul kwamanzi ave ibayinhle. Uphuma Langa sikothe umuntu wesifazane omuhle ompofu nangokwebala kuthiwa uphuma Langa sikothe ngoba wayefaniswe nelanga ekuyilo eliletha ukukhanya emhlabeni
Ishwa yi bhadi kwenzeka intembi obungaylindele.
Ishobolo yi sinyama uyenza Koda akulungi .
Iskhwakhwlala yi sigcwagcwa awthandeki ebantwini.
Ijongo umuntu osaqala ukuvulamehlo
ibhungu umuntu osethombile seqala
ukubansai mase Kuba insizwa umuntu oseqalile waqonywa wahamba wayosebenza
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |